Johane 6:32-35

Johane 6:32-35 CZB24

UJesu wayesethi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: UMose akaninikanga leso sinkwa esivela ezulwini; kodwa uBaba unipha isinkwa soqobo esivela ezulwini. Ngokuba isinkwa sikaNkulunkulu singuye owehla ezulwini, onika izwe ukuphila. Base bethi kuye: “Nkosi, sinike lesi sinkwa njalonjalo. UJesu wathi kubo: “Mina ngiyisinkwa sokuphila; ozayo kimi kasoze alamba; okholwa yimi kasoze oma naphakade.

Funda Johane 6

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 6:32-35