Johane 14:12-14

Johane 14:12-14 CZB24

Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba. Noma yini eniyakukucela egameni lami ngiyakukwenza ukuba uBaba akhazimuliswe eNdodaneni. Uma nicela utho egameni lami, ngolwenza.

Funda Johane 14

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Johane 14:12-14