Izwi likaJehova lafika kuJeremiya, lathi: Usho kanje uJehova, uthi: “Uma nisephula isivumelwano sami semini nesivumelwano sami sobusuku, kungabikho imini nobusuku ngesikhathi sako; Khona-ke isivumelwano sami nenceku yami uDavide masiphulwe, angabi nandodana yokubusa esihlalweni sakhe sobukhosi; kanye namaLevi, abapristi, izinceku zami. Njengalokhu ibandla lasezulwini lingenakubalwa, nesihlabathi solwandle singenakulinganiswa, kanjalo ngiyakwandisa inzalo kaDavide inceku yami namaLevi angikhonzayo.
Funda UJeremiya 33
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJeremiya 33:19-22
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo