Wathi: “Ukuthula makube kinina, ningesabi; uNkulunkulu wenu noNkulunkulu kayihlo uninikile ingcebo emaphaketheni enu; Benginayo imali yakho. Wamkhiphela uSimeyoni. Indoda yawangenisa amadoda endlini kaJosefa, yawanika amanzi, ageza izinyawo zawo; wazinika izimbongolo zabo ifolishi. Basebelungisela uJosefa isipho, owafika emini, ngoba bezwile ukuthi bazakudla khona isinkwa. UJosefa esengenile endlini, amngenisa endlini isipho esasisesandleni sawo, akhothamela phansi phambi kwakhe. Wababuza ukuphila kwabo, wathi: “Uyihlo, ixhegu enakhuluma ngalo, wenza kahle na? Usaphila? Bathi: “Inceku yakho ubaba iphilile, isekhona; Bagebisa amakhanda abo, bakhuleka.
Funda UGenesise 43
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UGenesise 43:23-28
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo