UJehova wamshaya uFaro nendlu yakhe ngezinhlupho ezinkulu ngenxa kaSarayi umka-Abrama. UFaro wambiza u-Abrama, wathi: “Kuyini lokhu okwenze kimi na? awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho? Usholoni ukuthi: ‘Ungudadewethu? ukuze ngimthathe abe ngumkami; manje bheka umkakho, umthathe uhambe.
Funda UGenesise 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UGenesise 12:17-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo