UHezekeli 37:7-8

UHezekeli 37:7-8 CZB24

Ngasengiprofetha njengokulaywa kwami; kwathi ngisaprofetha, kwaba khona umsindo, bheka, kwanyakaza, amathambo abuthana, ithambo ethanjeni lalo. Lapho ngibona, kwavela imisipha nenyama phezu kwawo, nesikhumba sawamboza ngaphezulu, kepha kwakungekho moya kuwo.