UEksodusi 9:9-10

UEksodusi 9:9-10 CZB24

Kuyoba uthuli oluncane ezweni lonke laseGibhithe, kube yithumba eliqubuka nezikhothwayo kubantu nasezilwaneni ezweni lonke laseGibhithe. Base bethatha umlotha waseziko, bema phambi kukaFaro; uMose wayifafazela ezulwini; kwaba yithumba eliqubuka nezikhothwa kubantu nasezinkomeni.