KwabaseKolose 1:18-20

KwabaseKolose 1:18-20 CZB24

Futhi yona iyinhloko yomzimba, ibandla, eyisiqalo, izibulo kwabafileyo; ukuze ibe ngeyokuqala ezintweni zonke. Ngokuba kwamthokozisa uBaba ukuthi ukugcwala konke kuhlale kuye; esenze ukuthula ngegazi lesiphambano sakhe, abuyisane ngayo zonke izinto; ngaye, noma kungokusemhlabeni, noma okusezulwini.