IzEnzo 8:1-3

IzEnzo 8:1-3 CZB24

Kodwa uSawuli wayevumelana lokubulawa kwakhe. Ngaleso sikhathi kwaba khona ukuzingelwa okukhulu kwebandla laseJerusalema; bahlakazeka bonke emazweni aseJudiya naseSamariya, kwasala abaphostoli. Amadoda akholwayo amngcwaba uStefanu, amkhalela kakhulu. Kepha uSawulu walichitha ibandla, engena ezindlini ngezindlu, ehudula abesilisa nabesifazane, wabafaka etilongweni.

Funda IzEnzo 8

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 8:1-3