IzEnzo 26:17-18

IzEnzo 26:17-18 CZB24

ngikukhulula kubantu nakwabezizwe, engikuthuma kubo manje. Ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.

Funda IzEnzo 26