IzEnzo 17:27-29

IzEnzo 17:27-29 CZB24

ukuze bayifune iNkosi, mhlawumbe bayiphuthaze, bayithole, nakuba ingekude kulowo nalowo kithi; Ngokuba kuye siphila, siyanyakaza, sikhona; njengalokhu izimbongi ezithile zakini zishilo ukuthi: Ngokuba nathi siyinzalo yakhe. Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele sicabange ukuthi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngobuciko nangesu lomuntu.

Funda IzEnzo 17