2 Samuweli 17:1-2

2 Samuweli 17:1-2 CZB24

U-Ahithofeli wathi ku-Abisalomu: “Mangikhethe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngixoshe uDavide ngalobu busuku. Ngiyakumfikela ediniwe, ebuthakathaka isandla, ngimethuse; bonke abantu abanaye bayakubaleka; futhi ngizoyinqoba inkosi kuphela.