2 IziKronike 32:7-8

2 IziKronike 32:7-8 CZB24

Qinani, nime isibindi, ningayesabi, ningathuki ngenkosi yase-Asiriya naso sonke isixuku esinayo, ngokuba abanathi baningi kunabanaye. Okunaye ingalo yenyama; kodwa okunathi uJehova unguNkulunkulu wethu ukuba asisize, alwe izimpi zethu. Abantu bema emazwini kaHezekiya inkosi yakwaJuda.