UJehoshafati wayenengcebo nodumo ngokuchichimayo, wazihlanganisa no-Ahabi. Kwathi emva kweminyaka eminengi waya ku-Ahabi eSamariya. U-Ahabi wamhlabela yena nabantu ababe naye izimvu nezinkomo ngemihlambi, wamncenga ukuba akhuphuke naye eRamoti kwaGileyadi. Wayesethi u-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli kuJehoshafati inkosi yakwaJuda: “Uyakuhamba nami eRamoti kwaGileyadi na? Wathi kuye: “Nginjengawe nabantu bami njengabantu bakho; futhi sizoba nawe empini. UJehoshafati wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Buza izwi likaJehova namuhla.”
Funda 2 IziKronike 18
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 IziKronike 18:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo