UDavide wayesethi kuSawule: “Inceku yakho yayiluse izimvu zikayise, kwafika ingonyama nebhere, zathatha imvu emhlambini; Ngaphuma ngiyilandela, ngayishaya, ngayisindisa emlonyeni wayo; lapho ingivukela, ngayibamba ngentshebe ngayishaya ngayibulala. Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo.
Funda 1 Samuweli 17
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 Samuweli 17:34-36
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo