U-Eliya waseThishibi, owabakhileyo kwaGileyadi, wathi ku-Ahabi: “Kuphila kukaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli engimi phambi kwakhe, kule minyaka akuyikuba khona mazolo noma imvula, ngaphandle kwezwi lami. Izwi likaJehova lafika kuye, lathi: Suka lapha, ujike uye ngasempumalanga, ucashe ngasemfudlaneni iKreti ephambi kweJordani. Uyakuphuza emfudlaneni; ngasengilaya amagwababa ukuthi akuphakele khona.
Funda 1 Amakhosi 17
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 1 Amakhosi 17:1-4
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo