Marku 6:5-6

Marku 6:5-6 ZULUNT

Wayengenakwenza khona umsebenzi wamandla lapho, kuphela wabeka izandla phezu kwabagulayo abayingcosana, wabaphulukisa. Wamangala ngokungakholwa kwabo. Wahamba imizi ngemizi efundisa.

Funda Marku 6