Luka 22:7-12

Luka 22:7-12 ZULUNT

Lwase lufika usuku lwesinkwa esingenamvubelo, okufanele kuhlatshwe ngalo iphasika. Wasethuma uPetro loJohane, esithi: Hambani lisilungisele iphasika, ukuze sidle. Bathi kuye: “Uthanda ukuba sikulungiselephi na? Wathi kubo: “Bhekani, seningena emzini, niyakuhlangana nomuntu ethwele imbiza yamanzi; mlandeleni ningene endlini angena kuyo. Niyakusho kumninindlu ukuthi: ‘Uthi uMfundisi kuwe: Iphi indlu yezihambi, lapho ngingadlela khona iphasika nabafundi bami, na? Yena uzakunikhombisa ikamelo elikhulu eliphezulu, elenziwe

Funda Luka 22

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Luka 22:7-12