Kodwa lanxa wayenze izibonakaliso ezingaka phambi kwabo, kabakholwanga kuye; ukuze kugcwaliseke izwi lika-Isaya umprofethi, alishoyo ukuthi: “Nkosi, ngubani okholwe umbiko wethu na? Nengalo yeNkosi yambulelwe bani na? Ngakho kabakholwanga, ngoba uIsaya waphinda wathi: Uphuphuthekisile amehlo abo, wayenza lukhuni inhliziyo yabo; ukuze bangaboni ngamehlo, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise. U-Isaya wakhuluma lokho ebona inkazimulo yakhe, wakhuluma ngaye.
Funda Johane 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: Johane 12:37-41
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo