EkaJokobe 4:13-16

EkaJokobe 4:13-16 ZULUNT

Manje-ke nina enithi: Namuhla noma kusasa siyakuya emzini onjalo, futhi sihlale khona umnyaka, sithenge, sithengise, sizuze; Kalikwazi okuzakwenzeka kusasa. Ngoba iyini impilo yakho? Kungumhwamuko obonakala isikhashana, bese unyamalala. Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya. Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzibonga okunjalo kubi.