Kwabase-Efesu 2:14-18

Kwabase-Efesu 2:14-18 ZULUNT

Ngokuba yena ungukuthula kwethu, owenza kokubili kwaba-nye, wadiliza ugange oluphakathi oluhlukanisayo; Echithile ubutha enyameni yakhe, umthetho wemiyalo osezimisweni; ukuze enze kuye ngababili umuntu munye omusha, enze ukuthula; lokuthi enze ukuthi bobabili babuyisane loNkulunkulu emzimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngaso; Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, nakubo abaseduze. Ngokuba ngaye sinokungena sobabili ngaMoya munye kuBaba.