Ngalokho ngithola ukuthi kunomthetho kimi, okuthi uma ngifuna ukwenza okuhle, okubi kube nami shaqa, nokho ngiyawuthanda umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi. Kodwa ngibona omunye umthetho ezithweni zami, olwayo nomthetho osengqondweni yami, ungithumbela emthethweni wesono osezithweni zami. Maye, kimi muntu wosizi! Ngubani oyakungikhulula kulo mzimba wokufa na?
Funda KwabaseRoma 7
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: KwabaseRoma 7:21-24
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo