KwabaseRoma 12:15-16

KwabaseRoma 12:15-16 ZUL20

Thokozani nabathokozayo, nikhale nabakhalayo. Nibe mqondo munye, nicabangelane ngokufanayo; ningazikhukhumezi, kodwa zihlanganiseni nabathobekileyo. Ningazishayi abahlakaniphileyo.