UNkulunkulu ukhulumile esebungcweleni bakhe, wathi: “Ngizokunqoba, ngihlukanise iShekemi, ngisilinganise iSigodi iSukhothi. UGileyadi noManase bangabami, u-Efrayimi uyisivikelo sekhanda lami, uJuda uyintonga yami yokubusa. UMowabi uyisitsha sami sokuhlambela, ngiphonsa isicathulo sami phezu kuka-Edomi. Filistiya, hlokoma ngenjabulo ngenxa yami.” Ngubani oyakungiyisa emzini oqinileyo na? Ngubani oyakungiholela kwa-Edomi na? Nkulunkulu, akuWena yini osilahlileyo na? Awusaphumi namabutho ethu, Nkulunkulu. Sisize esitheni, ngokuba ukuhlenga kwabantu kuyize. Sizonqoba ngoNkulunkulu; Yena uzozinyathela izitha zethu.
Funda AMahubo 60
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AMahubo 60:6-12
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo