“Ngaleso sikhathi bayakunikhaphela osizini, banibulale, nizondwe yizizwe zonke ngenxa yegama lami. Abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, futhi bazondane. Kuyakuvela abaphrofethi mbumbulu abaningi, badukise izindimbane zabantu. Luyakuphola uthando ngenxa yokwanda kobubi. Kepha okhuthazelayo kuze kube sekupheleni, nguyena oyakusindiswa.
Funda NgokukaMathewu 24
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 24:9-13
5 Izinsuku
Sithandaza kanjani lapho sibhekene nesikhathi esinzima? Akusona isikhathi sokuhlehlela futhi sidebeselele impilo yethu yomkhuleko. Eqinisweni, izikhathi ezinzima ziwubizo oluphuthumayo lokuthandaza kakhulu. Nazi izindlela ezinye eziwusizo ekutheni singancika kanjani empilweni yethu yomkhuleko lapho sibhekene nesikhathi esinzima. UNkulunkulu wethu ubiza abantu bakhe ukuba bazithobe futhi bathandaze. Uthembisile ukuthi uzosizwa futhi aphilise izwe lethu. Njengoba isikhathi sikaJesu sokubuya sisondela, ingabe uyobathola abantu Bakhe beguqe bethandaza?
7 Days
New Year. A New Day. God created these transitions to remind us that He is the God of New Beginnings. If God can speak the world into existence, He can certainly speak into the darkness of your life, creating for you a new beginning. Don’t you just love fresh starts! Just like this reading plan. Enjoy!
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo