UMalakhi 3:11-12

UMalakhi 3:11-12 ZUL20

“Ngiyakunivimbela isikhonyane ukuba singaziqothuli izitshalo zenu ezivela emhlabathini, nemivini yenu ingabi ngengatheliyo emasimini,” kusho uSimakade Wamabandla. “Zonke izizwe ziyakuthi kini nibusisiwe, ngokuba nina niyakuba yizwe elithokozisayo,” kusho uSimakade Wamabandla.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UMalakhi 3:11-12