AmaSamariya amaningi alowo muzi akholwa kuJesu ngenxa yezwi lowesifazane owafakaza, wathi: “Ungitshele konke engikwenzileyo.” Ngakho-ke athi amaSamariya esefikile kuye, amncenga ukuba ahlale nawo. Wahlala lapho izinsuku ezimbili. Abaningi kakhulu bakholwa ngenxa yezwi lakhe. Base bethi kowesifazane: “Asisakholwa ngenxa yokuba sitshelwe nguwe, kodwa sesizizwele ngokwethu, sesiyazi ukuthi lo impela unguMsindisi wezwe.”
Funda NgokukaJohane 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 4:39-42
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo