Anejwayele yini ukuthi sekusele izinyanga ezine kuvunwe. Lalelani-ke, ngithi kini: phakamisani amehlo enu nibone ukuthi amasimu asemhlophe, alungele ukuvunwa. Lowo ovunayo uthola umvuzo, aqoqe isithelo kube ngukuphila okuphakade ukuze ohlwanyelayo athokoze novunayo. Ngokuba kulokhu liqinisile izwi elithi: ‘Omunye uyahlwanyela, omunye avune.’ Mina nganithumela ukuba nivune lokho eningakusebenzanga. Abanye basebenzile, nina-ke senizuza ngezithukuthuku zabo.”
Funda NgokukaJohane 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaJohane 4:35-38
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo