IGenesisi 24:52-53

IGenesisi 24:52-53 ZUL20

Yathi ukuba inceku ka-Abhrahama iwezwe amazwi abo, yakhothama phambi kukaSimakade ubuso bayo buthinta emhlabathini. Inceku yakhipha izipho eziwubucwebecwebe zesiliva, negolide, nezembatho, yamnika uRibheka, yanika futhi umfowabo nonina izipho eziyigugu.