USimakade washaya uFaro nabendlu yakhe ngobhubhane ngenxa kaSarayi umka-Abhrama. UFaro wayesebiza u-Abhrama wathi kuye: “Yini le nto oyenze kimi na? Awungitshelanga ngani ukuthi ungumkakho na? Usholoni ukuthi ungudadewenu ngaze ngamthatha ukuba abe ngumkami na? Manje-ke nangu umkakho. Mthathe uhambe.”
Funda IGenesisi 12
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IGenesisi 12:17-19
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo