I-Eksodusi 2:11-12

I-Eksodusi 2:11-12 ZUL20

Langa limbe uMose esekhulile, waya kubantu bakubo, wabubona ubunzima ababebuthwele; wabona umGibhithe eshaya umHebheru ongomunye wabantu bakubo. Waqalaza ngapha nangapha, wangabona muntu, wayesembulala umGibhithe, wamfihla esihlabathini.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne I-Eksodusi 2:11-12