IZenzo 8:1-3

IZenzo 8:1-3 ZUL20

USawula wayevumelene nabo ngokuthi akabulawe. Ngalolo lusuku kwaba nokuhlushwa kwebandla okukhulu eJerusalema. Abazalwane bonke bahlakazekela ezifundeni eJudiya naseSamariya; kwasala abaphostoli kuphela. Amadoda akholwayo amngcwaba uStefani, amkhalela isililo esikhulu. Kodwa uSawula walichitha ibandla, engena izindlu ngezindlu, ehudula abesilisa nabesifazane; ebafaka ejele.

Funda IZenzo 8

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IZenzo 8:1-3