Kepha manje siyanazisa bazalwane, ngomusa kaNkulunkulu awuphiweyo amabandla aseMakhedoniya, ngesikhathi esinzima sokuvivinywa, ukuthokoza kwawo kwavama ngisho esebuphofini obukhulu, kunalokho kwanda ukuphana okukhulu kuwo. Ngokuba ngingafakaza ukuthi anikela engaphoqiwe ngokwamandla awo nangaphezu kwamandla awo. Yiwona asinxusela kakhulu ecela umusa wokuba ahlanganyele ekukhonzeni abangcwele; lokhu akubanga njengokuba sasilindele, kodwa azinikela wona kuqala eNkosini nakithi ngentando kaNkulunkulu
Funda 2 KwabaseKhorinte 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 KwabaseKhorinte 8:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo