1 AMakhosi 17:12

1 AMakhosi 17:12 ZUL20

Kepha wathi: “Ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, anginalo iqebelengwane, okukhona nje inkeshezana yempuphu esembizeni, nengcosana yamafutha ophisweni. Uyabona-ke, sengizitholele izinkuni ezimbili ukuze ngihambe ngizilungiselele khona nendodana yami ukuba sidle, sife.”

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 AMakhosi 17:12