KwabaseRoma 11:16-18

KwabaseRoma 11:16-18 ZUL59

Uma ulibo lungcwele, nenhlama injalo; uma impande ingcwele, namagatsha anjalo. Kepha uma kwaphulwa amanye amagatsha, wena-ke ongumnqumo wasendle wafakelwa phakathi kwawo, wahlanganyela nawo impande yamafutha yomnqumo, ungazigabisi phezu kwamagatsha; kepha uma uzigabisa, akusuwe othwele impande, kepha yimpande ethwele wena.