Wozani simhubele uJehova, sihlabelele ngenjabulo kulo idwala lensindiso yethu. Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, sihlabelele kuye ngamahubo. Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu, uyinkosi enkulu phezu kwawonkulunkulu bonke. Esandleni sakhe kukhona ukujula komhlaba; iziqongo zezintaba ngezakhe nazo. Ulwandle ngolwakhe, walwenza; nomhlabathi owomileyo izandla zakhe zawubumba.
Funda AmaHubo 95
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 95:1-5
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo