AmaHubo 63:4-5

AmaHubo 63:4-5 ZUL59

Ngiyakukubonga ngisaphila; ngiyakuphakamisa izandla zami egameni lakho. Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo.