AmaHubo 113:5-9

AmaHubo 113:5-9 ZUL59

Ngubani onjengoJehova uNkulunkulu wethu, ohlezi phezulu, ozithoba ukubona ezulwini nasemhlabeni, na? Uyavusa odingayo othulini, aphakamise ompofu ezaleni, ukuze amhlalise nezikhulu, yebo, izikhulu zabantu bakhe. Inyumba uyayipha ukuphatha umuzi, ibe ngunina othokozayo wabantwana. Haleluya!