AmaHubo 112:1-3

AmaHubo 112:1-3 ZUL59

Haleluya! Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova, othokoza kakhulu ngemithetho yakhe. Inzalo yakhe iyakuba namandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa. Ingcebo nemfuyo kusendlini yakhe; ukulunga kwakhe kumi phakade.