IzAga 1:1-4

IzAga 1:1-4 ZUL59

Nazi izaga zika Solomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli, zokwazi ukuhlakanipha nokulaywa, nokwahlukanisa amazwi okuqonda, nokwamukela ukulaywa kube ngukuhlakanipha, nokulunga, nokwahlulela, neqiniso, nokunika abangenalwazi ukuhlakanipha, nezinsizwa ukwazi namasu

Funda IzAga 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzAga 1:1-4