YouVersion Logo
Search Icon

NgokukaMarku 12:41, 42, 43, 44

NgokukaMarku 12:41 ZUL59

Wayesehlala phansi maqondana nomphongolo womnikelo, wabuka isixuku sibeka umnikelo emphongolweni. Abaningi abacebileyo babeka kakhulu.

NgokukaMarku 12:42 ZUL59

Kwase kufika umfelokazi ompofu wabeka amafadingi* amabili okuyisitebela.*

NgokukaMarku 12:43 ZUL59

Wayesebabiza abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubekile kakhulu kunabo bonke ababeke emphongolweni

NgokukaMarku 12:44 ZUL59

ngokuba bonke babeka kokuchichimileyo kwabo, kepha yena ebumpofini bakhe ubeke konke anakho, konke abephila ngakho.”

Video for NgokukaMarku 12:41-44