NgokukaMarku 11:22-23
NgokukaMarku 11:22-23 ZUL59
UJesu waphendula, wathi kubo: “Kholwani nguNkulunkulu. Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo oyakuthi kule ntaba: ‘Nqukuleka, uphonseke elwandle,’ engangabazi enhliziyweni yakhe kepha ekholwa ukuthi lokho akushoyo kuyenzeka, uzakuba nakho.