NgokukaLuka 12:13-15

NgokukaLuka 12:13-15 ZUL59

Omunye wesixuku wathi kuye: “Mfundisi, shono kumfowethu ukuba abelane nami ifa.” Kepha wathi kuye: “Mngane, ubani ongimise ngibe ngumahluleli noma umahlukanisi phezu kwenu na?” Wayesethi kubo: “Bhekani, nixwaye ukuhaha konke, ngokuba ukuphila komuntu akumi ngobuningi bempahla yakhe.”

Ividiyo ye- NgokukaLuka 12:13-15

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 12:13-15