1 kwabaseThesalonika 5:23-24

1 kwabaseThesalonika 5:23-24 ZUL59

Kepha uNkulunkulu wokuthula, yena uqobo, makaningcwelise ngokupheleleyo, kulondolozwe umoya wenu wonke nomphefumulo nomzimba, kungabi nacala ekufikeni kweNkosi yethu uJesu Kristu. Uthembekile yena onibizayo, oyakukwenza futhi.