1
UJeremiya 19:15
Contemporary Zulu Bible 2024
Usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Bheka, ngiyakwehlisela phezu kwalo muzi naphezu kwayo yonke imizi yawo konke okubi engikushilo ngawo, ngokuba benze lukhuni izintamo zabo ukuba bangalaleli amazwi ami.
Qhathanisa
Hlola UJeremiya 19:15
2
UJeremiya 19:5
Bakha izindawo eziphakemeyo zikaBali ukuze bashise amadodana abo ngomlilo abe ngumnikelo wokushiswa kuBali, engingabayalanga ngakho, engingakukhulumanga, nokungangenanga enhliziyweni yami.
Hlola UJeremiya 19:5
3
UJeremiya 19:4
Ngokuba bangishiyile, bayenza ibe ngowabo le ndawo, bashunqisa umusi kuyo kwabanye onkulunkulu ababengabazi, bona nawoyise, namakhosi akwaJuda, bagcwalisa le ndawo ngegazi labangenacala
Hlola UJeremiya 19:4
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo