1
2 Amakhosi 18:5
Contemporary Zulu Bible 2024
Wathembela kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; kangangokuthi ngemva kwakhe akuzange kube khona onjengaye phakathi kwawo wonke amakhosi akwaJuda naphakathi kwabo bonke ababengaphambi kwakhe.
Qhathanisa
Hlola 2 Amakhosi 18:5
2
2 Amakhosi 18:6
Ngokuba wanamathela kuJehova, akaphambukanga kuye, kepha wagcina imiyalo yakhe uJehova ayala ngayo uMose.
Hlola 2 Amakhosi 18:6
3
2 Amakhosi 18:7
UJehova wayenaye; waphumelela nomaphi lapho eya khona, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akayikhonzanga.
Hlola 2 Amakhosi 18:7
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo