1
IzEnzo 13:2-3
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kwathi bekhonza iNkosi, bezila ukudla, uMoya oNgcwele wathi: Ngahlukaniseleni oBarnaba noSawulu emsebenzini engibabizele wona. Sebezila ukudla bakhuleka, babeka izandla phezu kwabo, babamukisa.
Qhathanisa
Hlola IzEnzo 13:2-3
2
IzEnzo 13:39
futhi ngaye bonke abakholwayo bayalungisiswa kukho konke obungelungisiswe kukho ngomlayo kaMozisi.
Hlola IzEnzo 13:39
3
IzEnzo 13:47
Ngokuba iNkosi yasiyala kanjalo, ithi: “Ngikubekile ukuba ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semikhawulweni yomhlaba.
Hlola IzEnzo 13:47
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo