1
1 kaJohane 5:14
Baasraak Zulu New Testament Bible
Yilokhu ukuqiniseka esinakho kuye, ukuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa
Qhathanisa
Hlola 1 kaJohane 5:14
2
1 kaJohane 5:15
Uma sazi ukuthi uyasizwa, noma yini esiyicelayo, siyazi ukuthi sinazo izicelo esizicelile kuye.
Hlola 1 kaJohane 5:15
3
1 kaJohane 5:3-4
Ngokuba uthando lukaNkulunkulu yilokhu, ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima. Ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe
Hlola 1 kaJohane 5:3-4
4
1 kaJohane 5:12
Onayo iNdodana unokuphila; nongenayo iNdodana kaNkulunkulu akanakho ukuphila.
Hlola 1 kaJohane 5:12
5
1 kaJohane 5:13
Lezi zinto nginilobele nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu; ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade, nikholwe egameni leNdodana kaNkulunkulu.
Hlola 1 kaJohane 5:13
6
1 kaJohane 5:18
Siyazi ukuthi yilowo nalowo ozelwe nguNkulunkulu akoni; kepha ozelwe nguNkulunkulu uyazigcina, omubi akamthinti.
Hlola 1 kaJohane 5:18
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo