1
AMahubo 119:105
IsiZulu 2020
Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.
Qhathanisa
Hlola AMahubo 119:105
2
AMahubo 119:11
Enhliziyweni yami ngiyalilonda izwi lakho, ukuze ngingoni kuwe.
Hlola AMahubo 119:11
3
AMahubo 119:9
Omusha angayigcina kanjani indlela yakhe ihlanzekile na? Ngokugcina okwezwi lakho.
Hlola AMahubo 119:9
4
AMahubo 119:2
Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, abamfuna ngenhlizyo epheleleyo
Hlola AMahubo 119:2
5
AMahubo 119:114
Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyalethemba izwi lakho.
Hlola AMahubo 119:114
6
AMahubo 119:34
Ngiphe ingqondo, ukuze ngiwuqaphele umthetho wakho, ngiwugcine ngenhliziyo yami yonke.
Hlola AMahubo 119:34
7
AMahubo 119:36
Inhliziyo yami yiguqulele ebufakazini bakho, ukuze ngingafuni nzuzo ngokungalungile.
Hlola AMahubo 119:36
8
AMahubo 119:71
Kwaba kuhle kimi ukuba ngihlushwe, ukuze ngifunde izimiso zakho.
Hlola AMahubo 119:71
9
AMahubo 119:50
Lokhu kuyinduduzo ekuhluphekeni kwami, ngokuba izwi lakho lingiphilisile.
Hlola AMahubo 119:50
10
AMahubo 119:35
Ngihambise endleleni yemiyalo yakho, ngokuba ngiyathokoza ngayo.
Hlola AMahubo 119:35
11
AMahubo 119:33
Simakade, ngikhombise indlela yezimiso zakho; ngizoyigcina kuze kube sekugcineni.
Hlola AMahubo 119:33
12
AMahubo 119:28
Umphefumulo wami uyakhala ngenxa yosizi; ngiqinise ngokwezwi lakho.
Hlola AMahubo 119:28
13
AMahubo 119:97
Umthetho wakho ngiwuthanda kakhulu. Ngizindla ngawo usuku lonke.
Hlola AMahubo 119:97
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo