1
NgokukaMathewu 9:37-38
IsiZulu 2020
Wayesethi kubafundi bakhe: “Isivuno sikhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana. Ngakho-ke nxusani iNkosi yokuvuna ukuba ithume izisebenzi, ziye ekuvuneni kwayo.”
Qhathanisa
Hlola NgokukaMathewu 9:37-38
2
NgokukaMathewu 9:13
Ngakho-ke hambani nifunde ukuthi kusho ukuthini ukuthi: ‘Ngifuna isihawu, hhayi umhlatshelo.’ Ngokuba angizanga ukuzobiza abalungileyo, kodwa izoni.”
Hlola NgokukaMathewu 9:13
3
NgokukaMathewu 9:36
Kwathi lapho ebona izixuku, waba nesihe ngazo, ngokuba zazikhathazekile, zithithibele njengezimvu ezingenamalusi.
Hlola NgokukaMathewu 9:36
4
NgokukaMathewu 9:12
Kwathi lapho ekuzwa lokho, wathi: “Abaphilileyo abayidingi inyanga, kodwa ngabagulayo kuphela.
Hlola NgokukaMathewu 9:12
5
NgokukaMathewu 9:35
UJesu wahamba imizi yonke nemizana efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa bonke abanezifo ezahlukene, nokugula konke.
Hlola NgokukaMathewu 9:35
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo